Izithakazelo zakwa-Malunga
Gatsheni,Boya benyathi, obusonga busombuluka,
Mpongo kaZingelwayo,
Nina bakwaNdlovuzidl'ekhaya, ngokweswel'abelusi,
Zaze zeluswa intombi uDemazane,
Nina bakwaKhumbul’amagwala,
Nina bakwaDemazane Ntombazana,
Nina bakwaS’hlangu sihle,
Mthiyane,
Ngokuthiy'amadoda emazibukweni,
Nina bakwaMdubusi!
Mtwana Sthulisika Ndaba umuntu ufunda aze afe impela ngiyaqala ukuzwa abanye oGatsheni ngaphandle kwethu oNdlovu.... ay ngikhulile
ReplyDelete