Mlaba | Izithakazelo

Izithakazelo zakwa-Mlaba

Ximba,
Mabhoyi, Nodlela,
Mbewumbili, abanye bamhlophe abanye babomvana,
Nina enacaba isicaba ngokucazelana,
Msuthu!

1 comment:

  1. sawubona ngicela ungichazela lezithakazelo mafulela ,mfene no thusini zingena kanjani kwezakwa mlaba

    ReplyDelete