Majola

Izithakazelo zakwa-Majola

Mchunu,
Macingwane,
Ngqulunga,
Nyanda yemkhonto,
Ndabezitha,
Phakade,
Yeyesa,
Ndlela zabedluli nabaGodusi,
Sobiya ngomthongwana abafokazana bebiya ngamahlahla,
Mabonw'abulawe!

3 comments:

  1. Yebo sihlobene,Kodwa manje ngathi ubuhlobo buyaphela Ngoba sekubinakala kugananwa however intombi zakamchunu ziyazuthanda insizwa zaka Ngqulunga :)however Mina Jolo ngisabona obhuti koMacingwane!

    ReplyDelete
  2. Ngokoleazi enginalo u Majola,mchunu.ngqulunga,yeyesa ngabandawonye uyise ka Majola ngu qengeba angazi kahle Ku Mchunu

    ReplyDelete
  3. Izithakazelo zalangithand khona������

    ReplyDelete