Mtshali

Izithakazelo zakwa-Mtshali

Hlabangan'elimhlophe okwezihlabathi zolwandle,
Wena owangena nesikhuni emanzini sivutha waphuma sivutha futhi.
Magalel'agase njengengonyama,
Matshing'angacoshi kucosh'abafokazane,
Khondlo!

1 comment:

  1. ake ngibonge ukubona ukuthi kukhona umuntu noma abantu abakhathalele isibongo sakithi kanje nime njalo nina bakasiwangu!!! u-Victor Mtshali waseNquthu kwaNgedla uyabonga

    ReplyDelete